Television
Igayidi Yenkomba
ZU
Naslaangids
AF
KDL-60W600B
Ithebula yokuqukethwe
Isikulufu (ehlinzekwe
nebhulakhethi yokumisa
obondeni)
I-Mounting Hook
Hhuka okunamathiselw e
emuva kwesethi ye-TV
8 mm - 12 mm
Ulwazi Lokuphepha . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . 2
Izexwayiso . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . .4
Ukuxhuma Amanye Amadivayisi . . . . . . . 6
Ukufaka i-TV obondeni . . . . . . . . . . . . . . . 7
Ukufuna usizo. . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . .11
Izinkinga Nezixazululo . . . . . . . . . . . . . . . . . 11
Ukucacisa . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . 12
Isingeniso
Siyabonga ngokukhetha lo mkhiqizo wakwaSony.
Ngaphambi kokusebenzisa i-TV, sicela ufunde le manuwali kahle
bese uyigcina ukuze uyisebenzise nangelinye ilanga.
Qaphela
• Ngaphambi kokusebenzisa i-TV, sicela ufunde “Ulwazi
Lokuphepha” (ikhas i 2).
• Imiyale lo mayela na “Ukufaka i-TV obond eni” iyafakwa kuleli
bhukuncazelo lemiyalelo ye-TV.
• Izithombe kanye nemifanekiso esitshenziswa Kugayidi Yokuqala
Ngokushesha kanye na le manuwali okwezinkom ba kuphela
futhi kungah luka ekubonaka leni koqobo komk hiqizo.
Indawo yelebuli yokukhomaba
Amalebuli wenombolo yohlobo nokulinganiswa kokunikezwa
kwamandla (ngokuya nomt hetho wokuphepha osebenzayo)
kubekwe emuva kwe-TV.
Ulwazi Lokuphepha
ISEXWAYISO
Amabhetri akumele abhe kane nokushisa okweqile njengokushisa
kwelanga, um lilo noma okufanayo.
Ukufaka/Ukusetha
Faka bese usebenzisa isethi ye-TV ngokuya ngemiyalelo ngezansi
ukuze ugweme ubungozi bom lilo, ukushaywa ugesi noma
ukonakala kanye/noma ukulim ala.
Ukufaka
• Isethi ye-TV kufanele ifakwe duzane ne-awuthilethi yamand la
kagesi e-AC ef inyeleleka ka lula (ama-m ains socket).
• Beka isethi ye-TV endaweni eme kahle, elinganayo ukuze
uyigweme ukuthi in gawi bese ibanga ukulimala komuntu noma
ukonakala ku-TV.
• Umsebenzi wesivisi ofanelekile kuphela okufanele enze ukufaka
kwebondeni.
• Ng ezizathu zokuphepha, kuncomeka kakh ulu ukuthi usebenzise
izisekeli ze-Sony, kufaka phakathi:
Ibhul akhethi Yokumisa Obondeni
SU-WL450
• Qiniseka ukusebenzisa izikulufu ezinikezwe nokufaka obondeni
isibiyelo uma unam athisela Ibhulakhethi Yokumisa Obondeni
kwisethi ye-TV. Izikulufu eziezinikeziwe zakhiwe njengoba
ziboniswa emfanek isweni uma zilinganiselwa kusuka e ndaweni
yokunamathisela yeBhu lakhethi Yokumisa Obondeni.
Ubugqinsi nobude bezikulufu kuyahluka ngokuya kohlobo
lweBhulakhethi Lokubeka Od ongeni.
Ukusetshenziswa kwezikul ufu ngaphandle kwalezo ezinikeziwe
kungaholela ekonaka leni kwangaphakathi kwisethi ye-TV noma
kuyibangele ukuthi iwe, njll.
ZU
2
Ukuhanjiswa
30 cm
10 cm
10 cm
10 cm
Shiya okungenani lesi sikhala kus ethi.
30 cm
10 cm
10 cm
Shiya okungenani lesi sikhala kusethi.
6 cm
Ukuzungeleza komoya kuvinjelwe.
Udonga Udonga
• Ngaphambi kokuhambisa isethi ye-TV, nqamula onke
amakhebula.
• Aban tu ababili noma abathathu bayadingeka ukuham bisa isethi
enkulu ye-TV.
• Uma uhambisa isethi ye-TV ngesandla, yibambe njengoba
kukhonjisiwe ngezansi. Unga cindezeli kakhulu kwiphanel i yeLCD kanye nozimele esikrinini.
• Uma uham bisa isethi ye-TV, ungayibeki lapho kunyakaza khon a
noma ekudlidlizeleni okukhulu.
• Uma uhamb isa isethi ye-TV ukuthi ilungiswe noma um a
uyihambisa, ipake usebenzisa ikhathuni yakhona yoqobo
nezinto zokupaka.
Izimbobo ezifaka umoya
• Musa ukuvala iz imbobo ezifaka umoya noma ufake okunye
kwikhabinethi.
• Shiya isikhala kwisethi ye-TV njengoba kubonisiwe ngezansi.
• Kuyanconywa kak hulu ukuthi usebenzise ibhulakhethi lokub eka
odongeni ukuze unikele ng omjikelezo womoya ofanele.
Ifakwe odongeni
Ifakwe nge-stand
• Ukuqini sekisa izimbobo ezifaka umoya ezilung ile nokuvike la
ukuqoqwa kokungcolile noma uthuli:
Ung abeki isethi ye-TV phansi, uyifake ngokuyibhakisa phan si,
emuva, noma ngezingxenye.
Ung abeki isethi ye-TV kusheluvu, iragi, noma lapho kuhlala
khona izimp ahla.
Ungambozi isethi ye-TV ngendwangu, njengekhethini, noma
izinto ezifana namaphephand aba, njll.
Ung afaki isethi ye-TV njengoba kubonisiwe ngezansi.
Ikhodi yamandla kagesi e-AC (ama-mains lead)
Phatha ikhodi yamand la kagesi e-AC (ama-mains lead) kanye neawuthilethi (ama-ma ins socket) njengokulandelayo ukuze
ugweme ubungozi bomlilo, ukushaywa kukagesi noma ukonakala
kanye/noma ukulimala:
Faka ipulagi ngokugcwele ku-awuthilethi yamandla kagesi
e-AC (ama-mains socket).
Sebenzisa isethi ye-TV kusinikezeli se-110–240 V AC kuphela.
Um a ufaka amakhebuli, qinise ka ukuthi unqamula ikhodi
yamandla kagesi e-AC (ama-m ains lead) ngokuphepha kwakho
futhi unake kele ukuthi ung athintisi izin yawo zakho
kumakhebul i.
Nq amula ikhodi yamandla kagesi e-AC (ama-mains le ad)
kusuka ku-awuthi lethi yamandla kagesi e-AC (ama-ma ins
socket) ngaphambi kokusebenz isa noma ukuhambisa isethi
ye-TV.
Gc ina ikhodi yamandla kages i e-AC (ama-mains lead) kude
nezinto ezishishayo.
Nq amula ipulagi yamand la kagesi e-AC b ese uyihlan ze njalo.
Uma ipilag i imbozwe uth uli futhi ibam ba ukuswakam a
okuningi, ukuvikela kwayo kungahle kungezeleleke,
okungaholela emlilweni.
Qaphela
• Ungan cinzi, ugobe, noma ushwabanise ikhodi yamandla kagesi
e-AC (ama-mains lead) kakhulu. Isihlanganisi esikhulu singahle
siveziwe noma sephukile.
• Ungashintshi ikhodi yamandla kagesi e-AC (ama-mains lead).
• Ungafaki okuthile okusindayo kukhodi yamandla kagesi e-AC
(ama-mains lead).
• Ungadons i ikhodi yamandla kagesi e-AC (am a-mains lead)
kwayona uma unqamul a ikhodi yamandla kagesi e-AC (ama mains lead).
• Ungaxhumi izisetshenziswa eziningi ku-awuthilethi yamandla
kagesi e-AC eyodwa (ama-mains socket).
• Ungas ebenzisi isilinganisi se- awuthileth i yamandla kag esi
(ama-mains socket) e singalugile.
Ukusetshenziswa okunqatshelwe
Ungafaki/usebenzise isethi ye-TV ezindaweni, emvelweni noma
ezimeni njengalezi ezikuhlu ngezansi, noma isethi ye-TV ingahle
ingasebenzi kahle futh i ibange umlilo, ukushaywa uges i,
ukonakala kanye/noma ukulimala.
Indawo:
• Ngaphandle (elangeni), eceleni kolwandle, emkhumbini noma
kwenye indawo ngap hakathi kwemoto, ezikhungwe ni zemithi,
ezindaweni ezingamile kahle, duzane namanzi, emvuleni,
ekuswakameni noma entuthw ini.
• Um a i-TV ibekwe egu mbini lokushintshel a
lendawo yompha kathi yokugezela noma
lapho kubhukudwa khona, i-TV ingahle
yonakaliswe yi-airbo rne sulfur, njll.
• Ngekhwalithi yesithombe esihle kakhulu, ingavezi isikrini kuilluminati on eqondile noma elan geni.
• Gwema ukuhambisa i-TV kusuka edaweni eban dayo kuya
kwefudumele. Ukushintsha kw ezinga lokushisa kungabanga
kungabangela ukuncibilika kw amanzi. Lokhu kungabangela
ukuthi i-TV ibonise isithombe esingesihle kanye/noma nombala
ongemuhle. Uma lokhu kuve la, vumela ukuswakama ukuthi
kuphele konke ngaphambi kokukhanyisa i-TV.
Indawo:
Iz indawo ezis hisayo, ezima nzi, noma ezinothuli; la pho
izintuthwane zingang ena khona; lapho kungavezwa
ekudlidlizeni, duzane nez into ezivuthayo (izibani , njll). Isethi yeTV ngeke ivezwe ekuconseni noma lapho kunamanzi khona
futhi azik ho izinto ezig cwalise ngo kusamanzi, njengezits ha,
ezizobekwa ku-TV.
U ngabeki i-TV esik haleni esimanzi
noma esinothuli, noma egumbini
elinentuthu engu-oyela noma isitimu
(duzane namatafula o kupheka noma
okufudumezayo). Umlil o, ukushaywa
ugesi, noma ukuncibilika kungaholela.
3
ZU
ZU
Ungafaki i-TV ezindaweni ezishisa kakhulu, njengaselangeni,
duzane ne-radiator nento yokwenza kushise. I-TV ingashisa
kakhulu ezimeni ezifana nalezi okungab angela ukuncibilika
kokuvalelwe phakathi kanye/no ma ukungasebenzi kah le
kwe-TV.
Isimo:
• Ungasebenz isi uma izandla zakho zima nzi, nekhabinethi
esusiwe, noma nokunam athiselwe okunganconyiwe u mkhiqizi.
Nqamula iseth i ye-TV kusuka ku-awuthleth i yamandla kag esi
e-AC (ama-mains socket) ne- antenna (i-eriyeli) phakath i
kombani.
• Ungafaki i-TV ukuthi ihlale esikhaleni
esivulekile. Lokhu kungaholela ekutheni
kube nokulimala noma ukonakala
kwe-TV nokubangelwe ngumuntu.
Izingcezu ezephukile:
• Ungaphonsel i okuthize kwisethi ye-TV. Ingilazi lesikrini
lingaphuka ngamandl a futhi libangele ukulima la.
• Uma in dawo yesethi ye-TV iqephuka, ung ayithinti u ze
unqamule ikhodi yamandla kagesi e-AC (ama-mains lead). Uma
kungenjalo ungahle ushaywe ugesi.
Uma ingasebenzi
• Uma ngabe ngeke usebenzise isethi ye-TV izinsuku ezimbalwa,
isethi ye-TV kufanele inqanyulwe kusuka kumandla e-AC
(ama-mains) ngezizat hu zendawo nezokuphepha.
• Njengoba isethi ye-TV inganqanyuliwe kusuka kumandla e-AC
(ama-mains socket) um a isethi ye-TV icinyiwe, donsa ipulagi
kusuka ku-awuthi lethi yamandla ka gesi e-AC (ama-mai ns lead)
ukuze unqamule isethi ye-TV yonke.
• Kodwa, amanye ama sethi e-TV angaba nezici ezidinga isethi yeTV ukuthi ashiywe amile ukuze asebenze kahle.
Okuqondene Nezingane
• Ungavumel i izingane ukuthi zigibele kuse thi ye-TV.
• Gcina lo mkhi qizo kude nabantwana, ukuze ban gawugwinyi
ngephutha.
Uma izinkinga ezilandelayo zivela...
Cima isethi ye-TV bese unqamula ikhodi yama ndla kagesi e-AC
(ama-mains lead) ngo kushesha uma enye yalezi zinkinga zivela.
Cela umthengiseli wakh o noma isikhungo sesevisi ye-Sony ukuthi
ihlolwe um sebenzi ofanele.
Uma:
Ikhodi yamandla kagesi e-AC (ama-mains lead) yonakele.
Ukufakwa o kungalungile kwe-awuthi lethi yamandla kagesi
e-AC (ama-mains socket).
Isethi ye-TV yephulwe ng okubekwa, ukushisa nom a
kuphonswe okuthize kuyo.
Noma yokuphi okusamanzi nom a okuqunile kuwela
ezimbobeni kukhabinethi.
Mayelana nezinga lokushisa leMonitha
ye-LCD
Uma iMonitha ye-LCD isetshenziselwa isikhathi eside, iphaneli
ezungezile iyafudumala. Kungen zeka uzwe ukushisa uma uthinta
kuleyo ndawo ngesan dla.
Izexwayiso
Ukubuka i-TV
• Buka i-TV ngomkhanyo omap hakathi, njengokubuka i-TV
ngomkhanyo onga lungile noma phakathi kwesikhathi eside,
kulimaza am ehl wakho.
• Uma usebenzisa ama-headphone, lungisa ivolomu ukuze
uvikele amaleveli aman ingi, njengoba kungalim aza ukuzwa.
Isikrini se-LCD
• Noma isikri ni se-LCD senziwe ngobuchwep hese obuphezulu
kanye no-99.99% noma am aphikiseli amaningi asebenza,
amachashazi amnyana angahle avele noma izindawo
ezikhanyayo zesibani (bum vu, luhlaza okwesibhakabhaka noma
luhlaza okotshani) ingabonakala ngokulingana esikrinini se-LCD.
Lokhu kuyindawo eyis ifanekiso yesikrini se- LCD futhi akukona
ukungasebenzi kahle.
• Unga phushi nom a ulimaze is ihlungi esip hambili, n oma ubeke
izinto phezu kwesethi ye-TV. Isithombe singahle singaling ani
noma isikrini se-LCD singahle s ephukile.
• Uma le sethi ye-TV isetshenziswe endaweni ebandayo, ibala
lingavela esithombeni noma isithombe singabamnyama. Lokhu
akukhombisi ukwahlule ka. Lokhu kuyanyamalala njengeba
izinga lokushisha liphakama.
• I-Ghos ting ingavela uma iz ithombe ezim ile zibonisw a
ngokuqhubekayo. Inga nyamalala emuva kwes ikhashana.
• Isikrini kanye nekhabinethi kuyafudumala uma le sethi ye-TV
isebenza. Kodwa-ke, lokhu akukona ukuphuka kwawo.
• Isikrini se-LCD siqukethe inani elincane lokusamanzi
okukhanyayo. Landela izinkombandlela nemithetho yendawo
yakho ngokuvezwa.
Ukubamba kanye nokuhlanza indawo/
ikhabinethi yesikrini sesethi ye-TV
Qiniseka ukunqamula ik hodi yamandla kagesi e-AC (ama-mains
lead) exhunywe kusethi ye-TV kusuka ku-awut hilethi yamandl a
kagesi e-AC (ama-m ains socket) ngapha mbi kokuhlanza.
Ukugwema ukwehla kw ento noma ukwehla kokuvala isi krini,
bona izexwa yiso eziladelay o.
• Susa uthuli kusuka endaweni/kukhabine thi yesikrini, sula kahle
ngendwa ngu ethamb ile. Uma uth uli licindezela, sula
ngendwangu emanzi kancane ethambile enensipho kancane.
• Ungatheli amanzi noma insipho yokuhlaza
ngqo kwisethi ye-TV. Ingahle iconsele phansi
esikrinini noma ezingxenyeni zangaphandle
futhi ingene kwisethi ye-TV, futhi
ingabangela ukonakal a kwesethi ye-TV.
• Unga sebezisi uhl obo lwe-ab rasive pad, alka line/isisusi se-acid,
uphawuda we-sco uring, or noma i-volatile solve nt,
jengotshwala, b enzene, utonsi nom a i-insecticide.
Ukusebenzisa izinto ezinjalo noma ukunakekela ukubamba
okweluliwe ngenjoloba noma izinto ze-vinyl kungaholela
ekulimaleni endaweni yesikrini nomsebenzi wekhabinethi.
• Ukunyamalala ngesikhathi kwezombobo zomoya kuyanconywa
ukuqinise ka izimbo bo zomoya ez ilungile.
• Uma ulungisa i-engeli yesethi ye-TV, isuse kancane ukuze
uvikele isethi ye-TV, ihambise kancane ukuze uvikele isthi ye-TV
ekuhambeni noma ukus helela esitendini sayo.
Into ekhethekayo
Gcina izinto ezikhethekayo no ma izinto ezithumela
i-electromagnetic radiation kude nesethi ye-TV. Uma kungenjalo
kungaba nobubi besitho mbe kanye/noma sib ange umsindo.
Ukusebenza ngokungenazintambo
kwesilinganiso
• Ungase benzisi les i silinganiso d uzane nen to yomuthi
(i-pacemaker, njll.), njengoba ukusebenzisa kahle komuthi
kungadaleka.
• Noma lesi silinganiso sihambisa/sithola amasiginali
ahlakazekile, qaphela ngokuphazamisa okungagunyaziwe.
Asikwazi ukubophezeleka kunoma i yiphi inkinga
njengomphumela.
ZU
4
Isexwayiso mayelana nokubamba
isilawulikude
• Bheka i-polarity efane le uma ufaka amabhethri.
• Ungasebenzisi izinhlobo ezahlukene zamabhethri zonke noma
uxubanise amabh ethri amadala namash a.
• Lahla amabhetri ngendlela engahlukumezi imvelo. Ezinye
izindawo zinezindlela eziphephile zokulahla amabhetri. Sicela
uxhumane nabom thetho abasendaweni .
• Phatha isilaw ulikude ngokunakekela. Unga wisi noma
uyinyathele, uthele amanzi wanoma uluphi uhlobo kuyo.
• Ungabeki isil awulikude endaweni duza ne nokushisa, indawo
eqondene nelanga, noma igumbi elimanzi.
ZU
ZU
5
Ukuxhuma Amanye Amadivayisi
Kuya HDMI OUT
< 12 mm
< 21 mm
Kuya AUDIO OUT Kuya COMPONENT
OUT (P
R/P B/Y)
Kuya VIDEO OUT
Ikhwalithi Yesithombe
• Amakhebula ahlangene we-AV
• Ikhebula ye-Antenna (i-eriyeli)
Amavidiyo we-Standard def inition (SD) anamasi ginali
wezithombe anokucaca okuvu ndlile okungu-480 (NTSC)
noma imigqa 576 (PAL/SECAM).
• Ikhebula ehlangene • Ikhebula ye-HDMI
Amavidiyo we -High definition (HD) anam asiginali
wezithombe anokuca ca okungu-720 noma
imigqa engu-1,080.
Ukuxhuma ngekhebuli ye-HDMI
Ukuxhuma ngamakhebula ahlangene
Ukuxhuma ngamakhebula ahlangene
we-AV
ZU
6
Ukufaka i-TV obondeni
Le manyuwali yemiyalo ye-TV ibonisa kuphela izinyathelo ekulungiseleni ukufakwa kwe-TV
ngaphambi kokufaka obondeni.
Kumakhasimende:
Ngokuvikelwa komkhiqizo nezizathu zokuphepha, i-Sony incoma kakhulu ukuthi ukufaka kweTV yakho kwenziwe abadayisi be-Sony noma osonkontileka abanelayisensi. Ungazami
ukzifakela wena.
Kubadayisi be-Sony Nosonkontileka:
Naka kakhulu ukuphepha phakathi kokufaka, ukunakekela kwesikhathi nokuhlolwa kwalo
mkhiqizo.
Kudingeka ubuchule obanele ukufaka lomkhiqizo, ikakhulukazi ukuthola ukuqina kodonga ukuze lumele
isisindo se-TV. Qinisekisa ukuthi ukufakwa kwalomkhiqizo odongeni kwenziwa abadayisi bakwa-Sony
noma osonkontileka abagunyaziwe uphinde futhi uqinisekise ukuthi ukuphepha kuyalandelwa ngesikhathi
sokufakwa. U-Sony awuxhumi ngokomthetho uma kukhona ukulimala okudalwa ukungaphathi kahle noma
ukungafaki kahle.
Sebenzisa Ibhulakhethi Yokumisa Obondeni SU-WL450 (ayinikeziwe) ukufaka i-TV obondeni.
Uma ufaka Ibhulakhethi Yokumisa Obondeni, futhi bheka Imiyalo Yokusebenza kanye
neSiqondiso Sokufaka esinikezwe neBhulakhethi Yokumisa Obondeni.
Qaphela
• Qiniseka ukubeka izikulufu ezisusiwe endaweni ephephile, uzigcine kude nezingane.
ZU
ZU
7
1 Qiniseka ukuthi ubonda lunesikhala esanele se-TV futhi liyakwazi ukusekela isisindo
Iphoyinti eliphakathi lesikrini
80
Ukumisa okuvamile Ukumisa kwe-Slim
Isikulufu (+PSW 6 x 20)
Ama-Pulley
Isikulufu (+PSW 6 x 50)
Ibhande
Okuvula izikhala (60 mm)
okungenani esiphindwe saleyo TV.
Bheka kuthebula elilandelayo ekufakeni i-TV obondeni. Bona ikhasi 12-14 (Ukucacisa)
ngesisindo se-TV.
Iyunithi: mm
Igama
lemodeli
KDL-
60W600B 1,370 811 6 423 146 104
Qaphela
• Imifanekiso ekwithebula ingehluka kancane kuncike ekufakweni.
• Uma i-TV yakho ifakiwe odongeni, ingxenye ephezulu ye-TV iya phambili kancane.
Ubukhulu bokubonisa
Ubukhulu obuphakathi
besikrini
Ubude bokuyikhweza
Ukumisa
okuvamile
Ukumisa
kwe-Slim
2 Namathisela izingxenye Zokunamathiselwayo kweBhulakhethi Yokumisa Obondeni. Hlola
izingxenye Zokunamathiselwayo ngokubheka ku-“1” weSiqondiso Sokufaka Ibhulakhethi
Yokumisa obondeni.
Qaphela
• Uma usebenizsa isikulufudrayiva sikagesi, setha ukuqina ngokusond. Ku-1.5 N·m {15 kgf·cm}.
• Qiniseka ukubeka izingxenye ezingasetshenzisiwe endaweni ephephile ngokusebenza okulandelayo. Buyisela
le manyuwali ngokubheka okulandelayo.
Ukumisa okuvamile
ZU
8
Ukuisa kwe-Slim
Isikulufu (+PSW 6 x 20)
Ama-Pulley
Isikulufu (+PSW 6 x 20)
Ibhande
Okuvula izikhala (20 mm)
Qaphela
• Ngeke ukwazi ukusebenzisa amanye amatheminali emuva kwe-TV uma usebenzisa lesi sitayela
sokunamathisela.
ZU
3 Xhuma amakhebuli adingekayo ku-TV.
Qaphela
• Awukwazi ukufinyelela kunoma iyiphi itheminali ngemva kokuthi ifake i-TV obondeni.
4 Susa i-Table-Top Stand kusuka ku-TV.
ZU
9
5 Faka i-TV ku-Base. Bheka ku-“5” weSiqondiso Sokufaka kanye ne-“Ukufaka i-TV Obondeni”
yeMiyalo Yokusebenza enikezwe neBhulakhethi Yokumisa Obondeni.
Igama lemodeli KDL
60W600B b
Bheka imiyalo enikezwe Nebhulakhethi Yokumisa Obondeni yemodeli yakho ukuze ufake i-TV odongeni.
Indawo ye-
hook
10
ZU