Sony KDL-42W800A Users guide [af, zu]

4-451-630-12(3)
LCD TV
Imiyalelo yokusebenza ZU
Gebruiksinstruksies AF
KDL-55W808A / 55W804A / 55W800A / 50W708A / 50W704A / 50W700A / 47W804A / 47W800A KDL-46W708A / 46W704A / 46W700A / 42W804A / 42W800A
Isingeniso
Siyabonga ngokukhetha lo mkhiqizo wakwaSony. Ngaphambi kokusebenzisa i-TV, sicela ufunde le manuwali kahle bese uyibuyisela ngokubheka okulandelayo.
~
Imiyalelo mayelana “Nokufaka Ibhulakhethi Lokubeka Odongeni” iyafakwa kuleli bhukuncazelo lemiyalelo ye-TV.
Imidwebo eyincazelo esetshenziswe kule manuwali ingahluka ngokuyo ngohlobo lwakho lwe-TV.
Imidwebo eyincazelo yesilawuli kude esetshenziswe kule manuwali eye-RM-GD026 ngaphandle kokuthi kushiwo.
Ngaphambi kokusebenzisa i-TV, sicela ufunde ikhasi 29 (Ulwazi Lokuphepha). Buyisela lemanuwali ngokubheka okulandelayo.
Imininingwane yophawu lokuhweba
Amatemu HDMI ne-HDMI High-Definition Multimedia Interface, kanye nelogo ye-HDMI yizimpawu zokuhweba noma izimpawu zokuhweba ezibhalisiwe ze-HDMI Licensing LLC e-United States nakwamanye amazwe.
DLNA®, i-DLNA Logo kanye ne-DLNA CERTIFIED® izimpawu zokuhwega, izimpawu zesevisi, noma izimpawu zesitifiketi ze-Digital Living Network Alliance.
Kukhiqizwe ngaphansi kwelayisense kusuka ku-Dolby Laboratories.
I-“BRAVIA” kanye ne- izimpawu zokuhweba ze-Sony Corporation.
I-TrackID uphawu lokuhweba noma uphawu lokuhweba olubhalisiwe le-Sony Mobile Communications AB.
Ubuchwepheshe bokubona umculo nevidiyo kanye nedatha ehlobene kunikezwe yi-Gracenote®. I-Gracenote umkhakha osezingeni kubuchwepheshe bokubona umculo nokulethwe kokuqukethe okuhlobene. Ukuthola eminye imininingwane, sicela uvakahsele ku-www.gracenote.com.
I-CD, DVD, idiski ye-Blu-ray, nomculo kanye nedatha ehlobebe nevidiyo kusuka ku-Gracenote, Inc., copyright © 2000-present Gracenote. Gracenote Software, copyright © 2000-present Gracenote. Iphethini eyodwa noma amaningi aphethwe yi-Gracenote ayasebenza kulo mkhiqizo nesevisi. Bona iwebhusayithi ye-Gracenote ngohlu lwamaphethini we-Gracenote angakhathazi.
I-Gracenote, MusicID, VideoID, Video Explore, ilogo ye-Gracenote nohlobo lwelogo, kanye nelogo ye-“Powered by Gracenote” yizimpawu zokuhweba noma izimpawu zokuhweba ze-Gracenote e-United States kanye/noma nakwamanye amazwe.
Opera® Devices SDK from Opera Software ASA. Copyright 1995-2013 Opera Software ASA. All rights reserved.
I-Wi-Fi, Wi-Fi Direct kanye ne-Miracast yizimpawu noma izimpawu zokuhweba ezibhalisiwe ze-Wi-Fi Alliance.
Ilogo ye-“Blu-ray Disc”, “Blu-ray” kanye ne-“Blu-ray Disc” yizimpawu zokuhweba ze-Blu-ray Disc Association.
I-“Sony Entertainment Network logo” kanye ne-“Sony Entertainment Network” yizimpawu zokuhweba ze-Sony Corporation.
I-MHL, Mobile High-Definition Link, kanye nelogo ye-MHL yizimpawu zokuhweba noma izimpawu zokuhweba ze-MHL Licencing, i-LLC.
Kukhiqizwe ngaphansi kwelayisense kusuka ku-DTS Licensing Limited. Ngokusobala kwe-U.S. nomhlaba jikelele nemininingwane yophawu lokuhweba, bona www.dts.com/ patents/legacy.aspx. (c) DTS Licensing Limited ne-DTS, Inc. 2012.
Uphawu lwegama le-Bluetooth® namalogo kuphethwe yi-Bluetooth SIG, Inc. futhi ukusebenzisa noma ikuphi kwezompawu ezinjalo kungaphansi kwelayisense le-Sony Corporation. Ezinye izimpawu zokuhweba namagama okuhweba walabo wabanikazi wabo.
ZU
2
Eyohlobo lwase-Australia nase-New Zealand KDL-55/47W800A, KDL-50/46W700A kuphela:
Uphawu N uphawu lokuhweba noma uphawu lokuhweba olubhalisiwe le-NFC Forum, Inc. e-United States nakwamanye amazwe.
Indawo yelebuli yokukhomaba
Amalebula wenombolo yohlobo nokulinganiswa kokunikezwa kwamandla (ngokuya nomthetho wokuphepha osebenzayo) nosuku Lokukhiqiza kubekwe emuva kwe-TV.
ZU
ZU
3
Mayelana naleli bhukuncazelo
Leli bhukuncazelo lichaza ukuthi uyilungiselela kanjani ukuthi isebenze i-TV yakho. Ukuthola eminye imininingwane mayelana nokusebenzisa i-BRAVIA TV, bheka “Imanuwali ye-Electronic”.
Imiyalelo yokusebenza
Imanuwali ye-Electronic
(i-Manual)
Lichaza mayelana nokulungiselela i-TV yakho njengokuthi ixhumeka kanjani, ukuyilungiselela kwasekuqaleni ukuthi isebenze, kanye nokukwazi ukuyisebenzisa.
Ukuthola eminye imininingwane, cindezela inkinobho i-MANUAL
Lichaza ukuthi zisetshenziswa kanjani zonke izinto eziqukethwe. Bheka ikhasi 19 ukuze uthole ulwazi ngokusetshenziswa kwe i-Manual.
Imifanekiso kanye nemidwebo eyincazelo esetshenziswa kulelibhukuncazelo kungenzeka yehluke kuneskrini uqobo.
(Imiyalelo yokusebenza)
ZU
4
Ithebula yokuqukethwe
Ukuqala
Kubhekwa izisekeli ....................................................................................6
Ukufaka amabhethri erimothini..................................................................6
1: Ukufaka i-Table-Top Stand....................................................................7
2: Ukulungisa uhlangothi lokubuka i-TV ....................................................8
3: Ukuxhuma .............................................................................................8
4: Ukugwema ukuthi i-TV iwe phansi ......................................................11
5: Ukuhlanganisa izintambo .................................................................... 11
6: Ukuxhumanisa i-TV kwi-intanethi.........................................................12
7: Ukulungiselela ukusetha kokuqala......................................................13
Ukusebenzisa i-BRAVIA TV yakho
Ukubukela i-TV
Ukukhetha imisebenzi ehlukene kanye nezisetho
(Imenyu Yasekhaya)................................................................................ 16
Ukubukela Ividiyo Ye-intanethi ................................................................18
B
......................... qf
Ukubheka imiyalelo
ZU
Ubheka imiyalelo ebhukwinincazelo lasemoyeni (i-Manual)
Ulwazi Olwengeziwe
Ukufuna usizo..........................................................................................21
Ukucacisa................................................................................................22
Ukufaka Izisekeli (Ibhulakhethi Yokumisa Obondeni) .............................25
Ulwazi Lokuphepha................................................................................. 29
Izexwayiso ...............................................................................................31
B
............. ql
ZU
5
Ukuqala
Uhlobo lwamabhethri i-R03
Uhlobo lwamabhethri i-R03/LR03
Kubhekwa izisekeli
Irimothi (1)
Isiqhebezakude sokusebenzisa i-One touch (1)
(Eyohlobo lwase-Australia nase-New Zealand
KDL-55/47W800A, KDL-50/46W700A kuphela)
Usayizi AAA wamabhethri (uhlobo R03) (2)
(ngaphandle eyohlobo lwase-Australia nase-New
Zealand KDL-55/47W800A, KDL-50/46W700A
kuphela)
Usayizi AAA wamabhethri (uhlobo R03/LR03) (4)
(Eyohlobo lwase-Australia nase-New Zealand
KDL-55/47W800A, KDL-50/46W700A kuphela)
Table-Top Stand (1)*
Ukulungisa izikulufu ze-Table -Top Stand
(M5 × 16) (4)
Izikulufo zokuhlanganisa i-Table Top Stand
(M5 × 16) (3)
Izibuko ze-3D Ezingasebenzi (4)
(I-KDL-55/47/42W804A, KDL-55/47/42W800A
kuphela)
Imiyalelo Yokusebenzisa (leli bhukuncazelo)
kanye neminye imiqulu
Ukufaka amabhethri erimothini
1 Susa ishidi lokuvikela 2 Phusha bese uyashushuluzisa ukuze
kuvuleke.
Eyohlobo lwase-Australia nase-New Zealand KDL-55/47W800A, KDL-50/46W700A kuphela
* Bheka ibhukwana le Table-Top Stand ukuze
uhlanganise I-Table-Top Stand.
1 Susa ishidi lokuvikela 2 Phusha bese uyashushuluzisa ukuze
kuvuleke.
~
Isiqhebezakude sokusebenzisa i-One touch singasetshenziswa kuphela emva kokubhalisa ne-TV. Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe lendlela yokubhalisa, cindezela i-i-MANUAL, bese ukhetha “Okuqukethwe” t “Ukumisa Amasethingi Ahlukile” t “Amasethingi Avamile” t “Ukusetha Isiqhebezakude sokusebenzisa i­One touch”.
ZU
6
1: Ukufaka
Amaphini egayidi
i-Table-Top
Ukususa i-Table-Top Stand kwi-TV
Stand
Bheka ibhukwana le Table-Top Stand ukuze unameke ngendlela efanele.
1 Beka i-TV kwi Table-Top Stand.
2 Bophela i-TV kwi Table-Top Stand
usebenzisa izikulufu ezinikeziwe. Omaka bemicibisholo ku- baveza indawo yezimbobo zokufaka izikulufu ezisetshenziselwa ukuqinisa i-Table-Top Stand.
Ukuze ususe i-Table-Top Stand kwi-TV, susa izikulufu ku- afakwe esinyathelweni 2.
~
Ungayisusi i-Table-Top Stand ngenxa yanoma isiphi esinye sizathu ngaphandle kokufaka iziisekeli ezifanele kuyona i-TV.
Uma ususa i-Table-Top Stand kwi-TV, beka indawo yokubuka ibheke phansi endaweni yokusebenzela enganyakazi enkulu kune-TV.
Ukugwema ukulimaza ubuso bendawo yokubuka ye-LCD, qinisekisa ukuthi ubeka indwangu ethambile endaweni yokusebenzela.
ZU
~
Uma usebenzisa isikrudrayiva sikagesi, yenza amandla okujika abe ku-1.5 N·m {15 kgf·cm}.
ZU
7
2: Ukulungisa
*15°
*15°
*15°
*15°
Okokuzwa kwe-IR
Ikhebula ye-antenna (akunikezelwe)
uhlangothi
3: Ukuxhuma
lokubuka i-TV
Le-TV ingalungiswa ngezinhlangothi njengoba ziveziwe.
x Ukulungisa izinhlangothi
(Okuphendukayo)
~
Uma ulungisa uhlangothi, bamba isitendi ngesandla esisodwa ukugwema ukuthi isitendi sishibilike noma kuwe i-TV.
* Inani lohlangothi liyisilinganiso.
~
Qinisekisa ukuthi azikho izinto eziphambi kwe-TV.
~
Sebenzisa intambo yokuxhuma i-eriyeli ewugqinsi olungeqi ku-14 mm.
Sebenzisa intambo yokuxhumanisa ye-HDMI engeqile ku-12 mm (ukuba ugqinsi) x 21 mm (ububanzi).
Ukuze uthole eminye imininingwane mayelana nokuxhuma, bheka kwi i-Manual.
Ukuxhuma i-eriyeli/ intambo/i-VCR
x Ukuxhuma i-eriyeli/intambo
ZU
8
x Ukuxhuma Ibhokisi Eliphezulu/
Lungisa Ibhokisi Eliphezulu/isiqophi (isib. Isiqophi se-DVD)
Ikhebula ye-antenna (akunikezelwe)
Intambo ye-HDMI (akunikezelwe)
Ikhebula ye-antenna (akunikezelwe)
Ikhebula ye-antenna (akunikezelwe)
Ikhebula ye-AV (akunikezelwe)
I-VCR
isiqophi (isib. Isiqophi se-DVD) ne­HDMI
x Ukuxhuma i-eriyeli/intambo/i-VCR
ZU
(Kuyaqhubeka)
ZU
9
Ukuxhuma imishini
Isiqophi se-DVD
Ikhebula ye-antenna (akunikezelwe)
Ikhebula ye-AV (akunikezelwe)
Ikhebula ye-antenna (akunikezelwe)
Sebenzisa intambo egunyaziwe ye­MHL2 enomfanekisonkam pani we-MHL (ayinikezelwe)
Umshini we-MHL
yomsindo/yevidiyo
Ukuxhuma idivayisi ye-MHL
I-MHL (Mobile High-Definition Link) ivumela i-TV ukuthi ixhumane nemishini ehambisana ne-MHL exhumekile. I-TV ingashaja idivayisi exhunyiwe ehambisana ne-MHL nezithombe/umculo/ amavidiyo kusuka kuyo. Ungasebenzisa irimothi ye-TV ukulawula umshini oxhunywe ohambisana ne-MHL.
ZU
10
~
Uma “Shintsh. Kokufakw. Ngokzenzek.(MHL)” “Vuliwe”, i-TV ishintsha ngokuzenzakalela kuya ku-HDMI IN 2/MHL kusuka kokunye okungenayo uma umshini ohambisana ne-MHL uxhunywe ku­jack ye-HDMI IN 2/MHL jack. Ukuba khona “Shintsh. Kokufakw. Ngokzenzek.(MHL)” kuncika ekutheni umshini ohambelana ne-MHL uyakweseka yini lokhu.
Ungaqhubeka nokusebenzisa umshini ohambelana ne-MHL oxhumekile ukuthi usebenze ngendlela ejwayelekile (njengokwamukela izingcingo) kuncike emandleni awo.
Okunye ukusebenza kwerimothi kungenzeka kungatholakali, kuncika kokuqukethwe komshini ohambisana ne-MHL oxhunyiwe. Ucelwa ukuba ubheke ibhukuncazelo lomshini ukuze uthole imininingwane.
Uma “I-MHL Iyashaja ngesikhathi ihlezi ingenzi lutho” kusethelwe ku “Vuliwe”, ungaqhubeka ugcwalise umshini ohambelana ne-MHL ngisho ngabe i-TV kwimodi yokuma ngomumo.
Lo mkhiqizo ugunyaziswe ngokwe-MHL ngokusemthethweni ngokusebenza ngaphandle kwamadivayisi angunyaziwe e-MHL. Uma uhlangabezana nezinkinga uma usebenzisa umsebenzi we-MHL, sicela uxhumane nomkhiqizi wedivayisi ngosekelo.
4: Ukugwema
1
Indwangu ethambile
6-8 mm
Isikulufu se-M4 Intambo
I-Table-Top Stand ye-TV
5: Ukuhlanganisa ukuthi i-TV iwe phansi
~
Ngaphambili kokufaka isikulufu somshini, beka umshini ubheke ngobuso phansi endaweni enganyakazi yokusebenzela enkulu kune-TV.
Ukugwema ukulimaza ubuso bendawo yokubuka ye-LCD, qinisekisa ukuthi ubeka indwangu ethambile endaweni yokusebenzela.
izintambo
Ngaphambili kokuhlanganisa izintambo, susa okokubamba izintambo zokokugoqa kwe-AC. Bopha ezinye izintambo ngalokhu obekukade kubambe intambo.
~
Ungahlanganisi ikhodi yamandla kagesi e-AC (ama-mains lead) kanye namanye amakhebula.
12
*
3
* Uma ufaka odongeni, faka okokubamba intambo
ngaphansi kwamatheminali.
4
ZU
1 Faka isikulufu somshini (M4, ayinikeziwe)
embotsheni yesikulufu ye-TV bese ubokha ngentambo eqinile (ayinikeziwe).
2 Faka isikulufu sokhuni (asinikeziwe)
esitendini se-TV. Bese ubopha intambo eqinile kwisikulufu sokhuni.
Ubude besikulufu somshini we-M4 siyehluka kuncika ebukhulwini bentambo. Ucelwa ukuba ubuke imiyalelo engezansi.
11
ZU
6: Ukuxhumanisa
I-TV
I-intanethi
Imodemu enokusebenza kwerutha
Irutha
Imodemu
I-intanethi
Noma
Irutha engaxhunyiwe
Imodemu
I-intanethi
I-TV
i-TV kwi-
Ukulungiselela i-LAN engaxhunyiwe
intanethi
Uma uxhuma le-TV kwi-intanethi, ungathokozela izindlela zokwenza ezehlukene. Ukuze uthole imininingwane ngezindlela zokusebenza, bheka kwi i-Manual
~
Kuzodingeka ukuba uxhumane nomhlinzeki zinsisa ukuze uxhumaniseke kwi-intanethi
Ukulungiselela ubuxhakaxhaka bezintambo
Umshini owakhelwe ngaphakathi we-LAN engaxhunyiwe ukuvumela ukuthi ufinyelele kwi­intanethi kanye nenethiwekhi yakho yasekhaya. Ngalokhu, ungaxhumaniseka kwi-LAN engaxhunyiwe bese uthokozela imivuzo yokuxhumaniseka endaweni engenazintambo. Ngaphambili kokulungiselela ukusebenza kwe­LAN engaxhunyiwe ye-TV, qinisekisa ukuthi ulungiselela irutha ye-LAN engaxhunyiwe.
~
Ukuxhuma kwi-LAN, sebenzisa intambo yesigaba-7 (ayinikeziwe).
ZU
12
7: Ukulungiselela
ukusetha kokuqala
1 Xhuma i-TV kwi-awuthilethi yamandla kagesi
e-AC (ama-mains socket).
2 Cindezela =/1 kwi-TV. I-LED illumination
iyokhanya ngokumhlophe. Uma uvula i-TV okokuqala, kuvela imenyu
yolimi eskrinini.
3 Cindezela V/v/B/b, ukuze ukhethe into,
bese ucindezela . Landela imiyalelo eskrinini.
ZU
Ukuhlela Kohlelo: Kuguqula ukuhleleka kweziteshi ze-analogi ezilondolozwe kwi-TV.
1 Cindezela V/v ukuze ukhethe isiteshi
ofuna ukusithumela kwenye indawo bese ucindezela .
2 Cindezela V/v ukuze ukhethe isiteshi
ofuna ukusithumela kwenye indawo bese ucindezela .
~
Ungakwazi futhi ukusetha iziteshi ngokuzenzela.
~
Uma uvula i-TV okokuqala, i-TV idinga ukuzilungisa ngaphakathi ukuze isebenze kahle ngaphambili kokuthi wenze ukulungiselela kokuqala. Ngeke kube khona sithombe namsindo, kanti ne-illumination LED engaphambili ibanika ngokumhlamphe isikhathi esicishe sibe imizuzwana engama-
40. Ucelwa ukuba ungayicimi i-TV ngesikhathi kusenzeka lokhu. Lolu hlelo selufeziwe embonini kwamanye ama-TV.
Izibani ze-illumination LED zingemibala ehlukahlukene ngokuya ngesimo se-TV. Uma ungafisi ukukhanyisa i-illumination LED, ungayicima kamuva. Cindezela HOME, bese ukhetha “Amasethingi” t “Amasethingi Esistimu” t “Ukusethwa Okuvamile” t “Illumination LED” t “Cishiwe”. Futhi unfacindezela OPTIONS, bese ukhethe i-“Illumination LED” t “Cishiwe”.
Ukusethwa Kwenethwekhi: Lungiselela izisetho ze-intanethi. Uma ungafinyeleli i-intanethi, noma ukusetha kamuva, khetha u-“Yeqa”. Ngemva kokukhetha u-“Qhubeka” noma u-“Qala” (ngokuya ngemodeli) esikrinini sokuqinisekisa sokusetha i-intanethi, khetha “Okuzenzekelayo” ukuze uxhume kunethiwekhi ngokuzenzakalela. Khetha u-“Okokuzihlelela” ukuze ukhethe ngokuzenzela.
~
Uma usebenzisa ukuphepha kwe-WEP, khetha “Okokuzihlelela” t “Ukusethwa Oku­wireless” t “Skena”. Bese ukhetha igama lenethiwekhi (SSID) ofuna ukuyixhuma Uma ungalitholi igama lenethiwekhi edingekayo, khetha “[Okufakw. Ngokuzenzela]” bese ucindezela ukuze ufake igama lenethiwekhi.
Ukuze usethe “Ukusethwa Kwenethwekhi”, cindezela HOME, bese ukhetha “Amasethingi” t “Inethwekhi” t “Ukusethwa Kwenethwekhi”.
Sebenzisa I-Adaptha Ye-LAN ye-USB Engenazintambo ongakhetha kuyo ukuze uxhumaniseke nerutha yakho engenazintambo (noma indawo yokufinyelela) ku-5GHz. Faka -Adaptha Ye­LAN ye-USB Engenazintambo bese ulungiselela “Wi-Fi Direct” ku “Cishiwe”. Cindezela HOME, bese ukhetha “Amasethingi” t “Inethwekhi” t “Wi-Fi Direct” t “Cishiwe”.
13
ZU
Ukusebenzisa i-BRAVIA TV yakho
1
3
3
2
1
Noma Noma
Ingemumva le-TV
Ukubukela i-TV
1 Vula i-TV.
Cindezela =/1 kwirimothi ukuvula i-TV.
2 Khetha imodi.
3 Khetha isiteshi se-TV noma ukhethe
isingenisi.
x Ukukhetha iziteshi ezidijithali
Sebenzisa 0-9. Ezinombolweni zeziteshi ezisukela ku-10 kuya phezulu, cindezela idijithi yokulandela ngokushesha.
~
• Bona okokukhombisa okungezansi kwe-CH+/-, 2+/-,
V/v/B/b, , nezinkinobho HOME ku-TV.
14
ZU
Ukubuka okuqukethwe kwe-3D, (I-KDL-55/47/42W804A,
KDL-55/47/42W804A, KDL55/47/42W800A
4
3
1 2
5
1 Ukusetha izihloko ezingaphansi
Ungavula/ucishe isihloko esingaphansi ngesikhathi ubuka okusakazwayo okudijithali.
2 AUDIO
Ungakhetha umsindo ongaphansi noma olunye ulimi ubuka okusakazwayo okuxubile.
3 Izinkinobho zombala
Uma izinkinobho zombala zitholakala, kuvela inkomba yokusebenzisa eskrinini.
4 GUIDE
Kuvezwa uhlu lwezinhlelo oludijithali.
5 / Kuvela Imininingwane/Umbhalo
Kuvezwa izinombolo zesiteshi, imininingwane yezinhlelo kanye newashi.
KDL-55/47/42W800A kuphela)
Lokhu okuqukethwe kwenza ukuthi uthakasele uqedisizungu we-3D ohamba phambili, njengemidlalo estiriyokophiki kanye Namadiski e-Blu-ray 3D. Bheka kwi i-Manual ukuthi uzisetha kanjani izisetho ze­3D noma ukubuka okuqukethwe kwe-3D.
Izinkinobho ezijwayele ukusetshenziswa
ZU
15
ZU
Ukukhetha imisebenzi ehlukene
2, 3
1
OPTIONS
kanye nezisetho (Imenyu Yasekhaya)
Ungakhetha izinto eziqukethwe kwi-TV yakho Kwimenyu yakho Yasekhaya.
Nasi isibonelo sokuthi ungayikhetha into futhi ulungise izisetho ze-TV.
1 Cindezela HOME.
2 Cindezela V/v ukukhetha
“Amasethingi” isigaba.
Okuqukethwe kwe “Amasethingi” kuvezwe kwavundla.
Bheka ikhasi 17 (Uhlu lwezigaba) ukubona zonke izigaba.
3 Cindezela u-B/b ukuze ukhethe
isisetho sento oyithandayo, bese ucindezele u- .
4 Lungisa izisetho.
x Ukuphuma Kwimenyu yasekhaya
Cindezela HOME.
x Ukukhetha usebenzisa inkonobho OPTIONS
Cindezela OPTIONS. Kuvezwe uhlu lwezinto ezenza kube lula kanye nezindlela ezinqamulelayo zemenyu. Izinto ezikwimenyu zehluke ngokwesingenisi kanye/noma okuqukethwe.
16
ZU
Uhlu lwezigaba
Isigaba
Izigaba ziyatholakala ngokuya ngemodeli ye-TV yakho, isifunda kanye nezwe.
ZU
Okugqamisiwe
Umlando
I-TV
Izinhlelo
Amadivayisi Axhunyiwe
Amasethingi
Kuhlinzekwa imininingwane mayelana nezinsiza ezitholakalayo. Uma kungenaxhumo lwenethiwekhi, noma izisetho “Ukubonakala Okukhona” zisethwe “Cishiwe”, isigaba se-“Okugqamisiwe” ngeke uboniswe.
Kuvezwa izinto ezisanda kubukwa.
Kukuvumela ukuthi ukhethe uhlu kweziteshi ze-TV, noma uhlu lwezinhlelo. Uhlu lwezinhlelo luyatholakala ngokuya ngohlobo lwe-TV yakho noma isifunda. Uhlu lweziteshi ezibhalisiwe njengezintandokazi esigabeni “I-TV” ziyaboniswa.
Kuqalisa izinsiza ezidinga ukuxhumeka kwi-intanethi, kufaka phakathi i-Media Player engadingi ukuxhumeka kwe-Inthanethi. Uhlu lezinhlelo zokusebenza ezibhaliswe njengezintandokazi esigabeni “Izinhlelo” ziyaboniswa.
Vumela ukukhethwa kwemishini okuxhumeke kwi-TV.
Kuhlinzeka izisetho (isib. Izithombe zesithombe, izisetho zomsindo, izisetho zendlela okuzwakala ngayo) kukuvumela ukuthi ulungiselele i-TV ngendlela othanda ngayo.
17
ZU
Ukubukela Ividiyo Ye-intanethi
2, 3, 4
1
Lokhu okuqukethwe kusebenza njengendlela yokufinyelela kokuqukethwe yi-Intanethi, kuletha uqedisizungu ohlukene nodingekayo kwi-TV yakho. Ungathokozela okuqukethwe kwe-vidiyo njengamamuvi kanye nopopayi. Uzodinga ukwenza ukuxhumaniseka kwi-intanethi okukwi-broadband. Ukuthola imininingwane, bheka ikhasi 12 (6: Ukuxhumanisa i-TV kwi-intanethi).
1 Cindezela HOME.
2 Cindezela V/v ukukhetha “Izinhlelo”
isigaba.
3 Cindezela B/b ukuze ukhethe “Zonke
Izinhlelo”, bese ucindezela .
4 Cindezela u-V/v/B/b ukuze ukhethe
isevisi ethandekayo, bese ucindezela u- .
~
Uma uba nenkinga nalokhu esikhathini esizayo, bheka ukuthi uxhumaniseke kahle yini kwi-intanethi.
Okokuxhumanisa kwi-intanethi kuncika kumhlinzeki we-intanethi.
Izinsizakalo zivimba okuqukethwe okuyividiyo kuncika “Ukukhiya Kwabazali” ezisethweni ze-TV. Abanye
abahlinzeki bezinsizakalo abakweseki lokhu.
Ukubuyekeza Izinsizakalo zeVdviyo kwi-Intanethi, cindezela HOME, bese ukhetha “Amasethingi” t “Inethwekhi” t “Vuselela Ikhontenti ye-intanethi”.
ZU
18
Ukubheka imiyalelo
1
2
RETURN
* Uma kuvela uphawu lomcibisholo, cindezela v
ngokuphindelela ukuze kuvele ezinye izinto.
Uphawu Lomcibisholo*
Ubheka imiyalelo ebhukwinincazelo lasemoyeni (i-Manual)
Imiyalelo Yokusebenza yakhiwe yaba kwi-BRAVIA TV yakho kanti ingavezwa eskrinini. Ukufunda kabanzi mayelana nezinto eziqukethwe i-TV yakho, finyelela kwi-i-Manual ngokuthinta nje inkinobho.
1 Cindezela i-MANUAL.
2 Khetha into.
1 Cindezela B/b ukukhetha into.
ZU
2 Cindezela V/v/B/b, ukuze ukhethe into, bese
ucindezela .
Ikhasi lento ekhethiwe liyavela.
~
Ungaphenya amakhasi usebenzisa B/b. Cindezela RETURN ukubuyela ekhasini elingemumva.
(Kuyaqhubeka)
19
ZU
Ukulondoloza amakhasi
Iskrini se i-Manual ebesikade siveziwe
Iskrini se-BRAVIA TV
abukwe ngokwejwayelekile (Bhukumaka)
Ungalondoloza amakhasi abukwe ngokwejwayelekile ukuze ufinyelele kuwo noma inini.
x Ukulondoloza ikhasi
Kulelikhasi ukubhukumaka, cindezela inkinobho ephuzi erimothini.
x Ukufinyelela ekhasini lebhukumaka
Uma uveza okusebhukwinincazelo lasemoyeni, i-Manual, cindezela inkinobho eluhlaza okotshani erimothini ukuveza uhlu lwamabhukumaka. Cindezela V/v ukukhetha into oyidingayo, bese ucindezela .
Ukuphinde uveze ikhasi futhi ngesikhathi kukhona okwenza kwi-TV
Ungashintsha usuke eskrinini se i-Manual uye kwese-TV. Lokhu okuqukethwe kukuvumela ukuthi ubheke imiyalelo ekwi i-Manual ngesikhathi usebenzisa i-BRAVIA TV yakho. Chofoza i-MANUAL ukushintsha phakathi kwe kwesikrini se i-Manual ebesikade siveziwe kanye nesikrini se-TV.
~
Ukubuyela ekhasini elingaphambilini, cindezela
RETURN.
x Ukususa ibhukumaka
Uma ikhasi elibhukumakiwe livezwa, cindezela inkinobho ephuzi erimothini.
ZU
20
~
Ukugxuma uye ekhasini elingaphezulu kwe i-Manual, cindezela inkinobho ebomvu kwirimothi. Ungakwazi futhi ukucindezela HOME, bese ukhetha “Amasethingi” t “i-Manual” ukuze ugxume uye ekhasini eliphezulu le i-Manual.
Emumva kokuba ucishe i-TV noma i-TV isiye kwimodi yokuma ngomumo, i-Manual iyovezwa ekhasini eliphezulu uma ukhetha “i-Manual”.
Loading...
+ 44 hidden pages